PETITION FOR SPEED HUMPS

        INCWADI  YOVUMELWANA NJENGOMPHAKATHI

SIYABINGELELA EGAMANI LENKOSI AMEN. NGALENCWADI SIDLULISA. ISICELO KUMASIPALA WETHU UMHLATHUZE UKUTHI ASISIZE ASIFAKELE AMASPEED HUMPS EMGWAQENI .....

ISIZATHU SOKUCELA LAMA SPEED HUMPS INGOBA KUYINGOZI EMPHAKATHINI EZINGANENI ZETHU,KANYE NASE ZIMONTWENI ZETHU UKUBA NOMGWAQO OPHITHIZELA NGALOLUHLOBO KODWA UNGABI NAWO AMA SPEED HUMPS.

SIYAVUMA UKUTHI AMA SPEED HUMPS AFAKWE EZINDAWENI EZIHLONZWE IKOMIDI LETHU LEWADI KANYE NOKHANSELA ,SIZOYISHICILELA IMNININGWANE YETHU NGEZANSI UKUQINISEKISA UKUTHI IMPELA SIVUMELENE NGOKUFAKWA KWALA SPEED HUMPS KULEZINDAWO

SIYABONGA

ABAZITHOBAYO

UMPHAKATHI WASE WARD 21 OKHATHAZEKILE

Assine esta Petição

Ao assinar, autorizo que SM MASONDO entregue a informação que estou a fornecer neste formulário a quem tem poder nesta questão.

O seu endereço de email não será exibido publicamente online.

O seu endereço de email não será exibido publicamente online.

O seu número de telefone não será exibido publicamente online.